Ezomndeni

13 Apr Owesifane ongena othandweni nendoda esikinatelwe zithombe zobunqunu

5 MIN
Download (2.2 MB)
Ngakube ngiqhubeke yini nothando nensizwa esengithole ukuthi icwile ivele ngekhanda ezithombeni zobunqunu ezixakile ? Sisanda kungena othandweni nayo futhi amabombo abesezingxoxweni zomshado.Ngaphandle kwalokhu kuphela ,ungumuntu omuhle kakhulu kodwa ngiyazibuza ukuthi ekaze izithombe zakhe zobunqunu aziyilo yini uphawu lokungiphaphamisa.Nicabanga siqhubeke nohambo lwaluthando?
ZU  SOUTH AFRICA